1
Marku 13:13
Baasraak Zulu New Testament Bible
Niyakuzondwa ngabantu bonke ngenxa yegama lami, kepha okhuthazelayo kuze kube sekupheleni nguyena oyakusindiswa.
비교
Marku 13:13 살펴보기
2
Marku 13:33
Qaphelani, nilinde, nikhuleke, ngokuba anazi ukuthi isikhathi sinini.
Marku 13:33 살펴보기
3
Marku 13:11
Kodwa nxa benihola, benikhaphela, ningakhathaleli ngaphambili eniyakukukhuluma, ningakucabangi ngaphambili; kodwa lokho eniyakukunikwa ngaleso sikhathi, kukhulumeni; uMoya oNgcwele.
Marku 13:11 살펴보기
4
Marku 13:31
Kuyakudlula izulu nomhlaba, kepha amazwi ami awasoze adlula.
Marku 13:31 살펴보기
5
Marku 13:32
Kepha lolo suku nalelo hora akakho owaziyo ngalo, nazingelosi ezisezulwini, naNdodana, nguBaba kuphela.
Marku 13:32 살펴보기
6
Marku 13:7
Nxa nisizwa ngezimpi namahemuhemu ezimpi, ningethuki; kodwa ukuphela kungakafiki.
Marku 13:7 살펴보기
7
Marku 13:35-37
Ngakho lindani, ngokuba anazi ukuthi inkosi yendlu iza nini, noma kusihlwa, noma phakathi kobusuku, noma ekukhaleni kwezinkukhu, noma ekuseni; funa efika ngokuzuma, anifice nilele. Engikusho kini ngikusho kubo bonke: Lindani.
Marku 13:35-37 살펴보기
8
Marku 13:8
Ngokuba isizwe siyakuvukela isizwe, nombuso uvukele umbuso, kube khona ukuzamazama komhlaba izindawo ngezindawo, kube khona indlala nezinhlupheko; lokhu kungukuqala kwemihelo.
Marku 13:8 살펴보기
9
Marku 13:10
Ivangeli limelwe ukushunyayelwa kuqala ezizweni zonke.
Marku 13:10 살펴보기
10
Marku 13:6
Ngokuba abaningi bayakuza ngegama lami, bathi: Mina nginguKristu; njalo bazadukisa abanengi.
Marku 13:6 살펴보기
11
Marku 13:9
Kepha ziqapheleni nina, ngokuba bayakuninikela emikhandlwini; niyakushaywa emasinagogeni, niyiswe phambi kwababusi namakhosi ngenxa yami, kube ngubufakazi kubo.
Marku 13:9 살펴보기
12
Marku 13:22
Ngokuba kuyakuvela oKristu bamanga nabaprofethi bamanga, benze izibonakaliso nezimangaliso, ukuze badukise, uma kungenzeka, nabakhethiweyo.
Marku 13:22 살펴보기
13
Marku 13:24-25
Kodwa ngalezonsuku, emva kwalokho kuhlupheka, ilanga lizafiphazwa, lenyanga kayiyikukhanya. Nezinkanyezi zezulu ziyakuwa, namandla asezulwini ayakuzanyazanyiswa.
Marku 13:24-25 살펴보기
홈
성경
묵상
동영상