Oswald Chambers: Ithemba - Isithembiso Esingcwele Isampula

Ukuhlupheka kukaJobe kubalelwa eqinisweni lokuthi uNkulunkulu noSathane benza inkundla yempi ngokuphila kwakhe. USathane wayememezele ukuthi uJobe akamthandi uNkulunkulu ngenxa yakhe, kodwa ngenxa yezibusiso Zakhe kuphela, futhi manje yonke into esendleleni yokukhosela, ubudlelwano nozwelo isisusiwe ngokuphelele kuJobe, futhi uyabona ukuthi uNkulunkulu ukuvumele lokho. Lona umugqa ojulile uJobe ayesefike kuwo manje, kodwa usabambelele kulokho ukuthi uNkulunkulu uyahlonishwa. Lokhu ukuphelelwa ithemba okukhulu, kanye nokuthembela okumangalisayo kuNkulunkulu kwesinye isikhathi obukeka njengesilwanyane i-moloch.
UJobe wayekholelwa ukuthi uNkulunkulu wayephumelelisa futhi abusise umuntu oqotho owayethembele Kuye, nokuthi umuntu owayengekho qotho akazange aphumelele. Kwabe sekufika inhlekelele ngemva kwenhlekelele. Konke uJobe ayekukholelwa ngoNkulunkulu kwakuphikisana, futhi isivumokholo sakhe saya sashabalala.
Imibuzo Yokuzindla: Ingabe uNkulunkulu ngiyamthanda yena noma ngenxa yezibusiso Zakhe? Kwenzekani ethembeni lami kuNkulunkulu lapho engigodlela isibusiso?
Izingcaphuno ezithathwe kokuthi-The Highest Good and Baffled to Fight Better, © Discovery House Publishers

UmBhalo
Mayelana naloluHlelo

Ithemba: Isithembiso Esingcwele siyingcebo ekhuthazayo yezingcaphuno ezivela emisebenzini ka-Oswald Chambers, umbhali wezokuzinikela othandwa kakhulu emhlabeni nombhali wencwadi ethi My Utmost for His Highest. U-Chambers uzokukhuthaza futhi akuphonsele inselelo ngokuhlakanipha kwakhe okulula nokuqondile kweBhayibheli.
More
We would like to thank Discovery House Publishers for providing this plan. For more information, please visit: www.utmost.org