Masifunde iBhayibheli ndawonye (uNtulikazi)Isampula

Mayelana naloluHlelo

Ingxenye yesi-7 kuchungechunge lwezingu-12, loluhlelo luhola imiphakathi ekufundeni iBhayibheli lonke ndawonye ezinsukwini ezingu-365. Mema abanye ukuhlanganyela nawe ngaso sonke isikhathi uqala ingxenye entsha ngenyanga. Loluchungechunge lusebenza kahle ngeBhayibheli eliqoshwe ngomsindo - lalela imizuzu engaphansi kongu-20 ngosuku. Ingxenye ngayinye iqukethe izahluko zeTestamente eliDala neliSha, kuthi amaHubo achaphake kuzo zonke izingxenye. Ingxenye 7 iqukethe izincwadi ezinguSamuweli wesibili, amaKhosi wokuqala, amaKhosi wesibili, kanye ngokukaMarku.
More
We would like to thank Life.Church for providing this plan. For more information, please visit: www.life.church