Uhambo OluhleIsampula

Akuwona yini ukuhlanya ukucabanga ukuthi uNkulunkulu owadala yonke into esemhlabeni, kuhlanganise nawe, ufuna ukukwazi? Kodwa wakwenza. Futhi yingakho umthandazo ungeyona nje into yokuhlola uhlu lwethu lwemisebenzi; yisinqumo esiholela ohambweni lokwazi uNkulunkulu okwengeziwe.
Inselelo: Zibophezele ekukhulekeleni imizuzu emihlanu nsuku zonke kuleli sonto. Cabangela ukubhala phansi imithandazo yakho noma ukuthandaza ngokuzwakalayo uma ungakaze uzame lokho.
UmBhalo
Mayelana naloluHlelo

Kuthiwani uma ukulandela uJesu kwakungasho ukuhlola izinto ezingokomoya kodwa empeleni ukwenza okuthile okujabulisayo? Ngale vidiyo yezinsuku eziyi-15 uhlelo lweBhayibheli olunezingxoxo, izingcezu zamagama akhulunywayo, izinkondlo, nezingoma, sizofunda ukuthi iziyalo zomkhuleko, ukuba nabantu abalungile ezimpilweni zethu, nokuphila ngentshiseko, kungasiholela ohambweni olukhulu yokwazi uNkulunkulu
More