Uhambo OluhleIsampula
![The Great Adventure](/_next/image?url=https%3A%2F%2Fimageproxy.youversionapi.com%2Fhttps%3A%2F%2Fs3.amazonaws.com%2Fyvplans%2F9378%2F1280x720.jpg&w=3840&q=75)
Bewazi yini ukuthi uNkulunkulu ukhona ngenxayakho? Ukhona! Futhi uNkulunkulu ufuna sibekhona kwabanye, futhi. Lokho kusho ukuthanda omakhelwane bethu, ukukhonza abanye, nokuzama ukuba njengoJesu ngokwengeziwe. Bheka lesisiqephu mayelana nokuthi impilo ingaba mnandi kanjani uma wazi ukuthi kunabantu abakulungele.
Inselelo: Thola umuntu empilweni yakho ozomkhonza namuhla, futhi umsebenzele.
UmBhalo
Mayelana naloluHlelo
![The Great Adventure](/_next/image?url=https%3A%2F%2Fimageproxy.youversionapi.com%2Fhttps%3A%2F%2Fs3.amazonaws.com%2Fyvplans%2F9378%2F1280x720.jpg&w=3840&q=75)
Kuthiwani uma ukulandela uJesu kwakungasho ukuhlola izinto ezingokomoya kodwa empeleni ukwenza okuthile okujabulisayo? Ngale vidiyo yezinsuku eziyi-15 uhlelo lweBhayibheli olunezingxoxo, izingcezu zamagama akhulunywayo, izinkondlo, nezingoma, sizofunda ukuthi iziyalo zomkhuleko, ukuba nabantu abalungile ezimpilweni zethu, nokuphila ngentshiseko, kungasiholela ohambweni olukhulu yokwazi uNkulunkulu
More