Uyini Umbhabhadiso? Uhlelo Lwezinsuku Ezingu-3 Zokulungiselela Noma Ukunquma

3 izinsuku
Uyini umbhabhadiso? Ingabe kufanele ngibhabhadiswe? Kungani ubalulekile? Ingabe kufanele ngibhabhadiswe ukuze ngibe umKristu? Akukhathalekile ukuthi unemibuzo mayelana nokubhabhadiswa noma ufuna isifundo esifushane ongasifunda ngaphambi noma ngemva kokubhabhadiswa, loluhlelo lwe-Life.Church lulungele ukuqala namuhla.
Sithanda ukubonga i Life.Church ngokusinikeza loluhlelo. Ngemininingwane eminye, sicela uvakashele: www.life.church
Mayelana Nomshicileli