Ukuza: Ukristu Uyeza!Isampula
LAYITHA IKHANDLELA
UMesiya Ulapha!
Kusho ukuthini ukubeka izimpilo zethu phansi ngokwabanye?
FUNDA UMBHALO
Izindleko Zokungalaleli kuka-Adam noMvuzo Wokuhlonipha KukaKristu
KwabaseRoma 5:18-19
PHENDULA NGOKUDUMISA
Dumisa Ngokuphila Kwakho
Isono nemithelela yaso yaba nemiphumela emibi kakhulu. Dumisa uNkulunkulu ngoba wenza indlela yokuhlengwa ngomusa, ngomsebenzi kaKristu!
Ukudumisa ngoMthandazo
Sebenzisa umBhalo ukuthanda, uvume, uphakamise, futhi ubonge uNkulunkulu.
Ukudumisa ngeCulo
Cula, "Come, The Fount of Every Blessing." (Woza, Wena Mthombo Wazo Zonke Izibusiso)

UmBhalo
Mayelana naloluHlelo
Lomkhuleko wokuza osuka kwi Thistlebend Ministries eyemindeni noma owabantu ukuze silungise izinhliziyo zethu ukubungaza uMesiya. Ukugcizelela okukhethekile kunikezwa lokho okuqondwe ukuza kukaMesiya ezimpilweni zethu namhlanje. Yenzelwe ukuba iqalwe ngomhlaka-1 kuDisemba. Kwangathi umndeni wakho ungenza izinto ezikhumbulekayo lapho usebenzisa lomhlahlandlela ukuze ubone uthando olunokuqina, lwesivumelwano lukaBaba.
More
Sithanda ukubonga i-Thistlebend Ministries ngokusinikeza loluhlelo. Ngemininingwane eminye, sicela uvakashele: www.thistlebendministries.org.tv