Ukubulala iKryptonite noJohn Bevere
![Ukubulala iKryptonite noJohn Bevere](/_next/image?url=https%3A%2F%2Fimageproxy.youversionapi.com%2Fhttps%3A%2F%2Fs3.amazonaws.com%2Fyvplans%2F4846%2F1280x720.jpg&w=3840&q=75)
7 izinsuku
NjengoSuperman, onganqoba zonke izitha, wena njengomlandeli kaKristu unamandla angaphezu kwavamile okunqoba izinselelo obhekene nazo. Kodwa inkinga yabo bobabili uSuperman nawe kukhona i-kryptonite entshontsha amandla akho. Lolu hlelo luzokusiza ukuthi usiphule i-kryptonite engokomoya empilweni yakho, ukuze ukwazi ukufeza amandla wakho owanikezwe nguNkulunkulu futhi wamukele impilo engenamkhawulo
Sithanda ukubonga uJohn no Lisa Bevere (Messenger Int'l) ngokusinikeza leluhlelo. Ngeminye imininingwane, sicela uvakashele: http://killingkryptonite.com
Mayelana Nomshicileli