Ukungesabi: Uhambo lwamaViki ayiSithupha Isampula
Iviki 3: O Nkosi, Ngibuthakathaka
AMANZI EZWI LAKHE
Funda uMathewu 5:5; 2 KwabaseKorinte 12:10; neyabaseGalathiya 4:9.
Yiziphi izinto eziyize zezwe ezikudonsayo? Yiziphi izinto ezinhle ezithatha indawo yezinto ezinhle kakhulu?
HAMBA NGEQINISO
Wesaba ukulahlekelwa yini kulomhlaba ukuze uzuze okuphakade? Wesabani ukuzifaka engozini ukuze ulandele uJesu ngokugcwele? Ingabe akhona amasiko umndeni wakho noma ibandla lakho elibambelele kuwo okholelwa ukuthi iNkosi icela ukuba uwalahle?
GXILISA AMeHLO ENHLIZIYO YAKHO
Yisho kuwe ngokuthula amavesi anamuhla okugxiliswa kuwo. Afihle enhliziyweni yakho, uzindle ngawo, uwenze umkhuleko wakho usuku lonke.
NgokukaMathewu 5:3-5
Babusisiwe abampofu emoyeni, ngokuba umbuso wezulu ungowabo. Babusisiwe abalilayo, ngokuba bayakududuzwa. Babusisiwe abamnene, ngokuba bayakudla ifa lomhlaba.

Mayelana naloluHlelo
Funda ukuthi ungadlulela kanjani ngale kokwesaba okukuphethe futhi kukubuyisele emuva okholweni lwakho futhi ujabulele impilo entsha yenkululeko, yokungesabi, nempumelelo empilweni yakho kanye nobufakazi! Ilungele omama abamatasa, abesifazane abangashadile, nabafundi basekolishi. Umkhuleko ovela eThistlebend Ministries.
More
Sithanda ukubonga i-Thistlebend Ministries ngokusinikeza loluhlelo. Ngemininingwane eminye, sicela uvakashele: https://www.thistlebend.org/lookingahead/