Ukungesabi: Uhambo lwamaViki ayiSithupha Isampula
IVIKI 2: NKOSI, INGABE USESIVUNGUVUNGWINI?
AMANZI EZWI LAKHE
Funda Kwabase-Efesu 1:11 kanye neZenzo 4:23-31.
Uke uzicabangele ngokuthi, Koze kube nini Nkosi? Ingabe lokhu kuyadingeka Nkosi? Ngiyoke nginqobe? Njengoba ufunda, cela iNkosi ukuthi ikunikeze isihe nomusa wayo futhi ususe ukuzicabangela kwakho, indlela yokucabanga yomuntu. Cela iNkosi ukuthi ikuphe ukholo lokuthi uthi kuyo, ‘Lawula nendlela yakho, Nkosi.
HAMBA NGEQINISO
Masenze umkhuleko wethu weZenzo 4:29-31: kungakhathaliseki ukuthi umphumela uyini futhi noma sizizwa sisaba kangakanani, noma izinto zibonakala zikanjani, siyohamba phambili ngoMoya ngokukholwa, ngokungesabi! Phendukela eNkosini futhi ukhale kuye. Mcele ukuthi enze lokho kuphela angakwenza, kodwa futhi mcele ukuba akusize wenze lokho okufanele ukwenze ukuphila ngokukholwa, hhayi ngokwesaba.
GXILISA EMAHLO ENHLIZIYO YAKHO
Yisho ngokuthula Kuwe ivesi okugxiliswe kulo lanamuhla. Lifihle enhliziyweni yakho, zindla ngalo, futhi ulenze umthandazo wakho usuku lonke.
UDuteronomi 32:39
Bhekani manje ukuthi mina, yebo, mina nginguye, akakho uNkulunkulu ngaphandle kwami; ngiyabulala, ngiphilise; ngiyalimaza, ngiyaphilisa; futhi akakho ongophula esandleni sami

Mayelana naloluHlelo
Funda ukuthi ungadlulela kanjani ngale kokwesaba okukuphethe futhi kukubuyisele emuva okholweni lwakho futhi ujabulele impilo entsha yenkululeko, yokungesabi, nempumelelo empilweni yakho kanye nobufakazi! Ilungele omama abamatasa, abesifazane abangashadile, nabafundi basekolishi. Umkhuleko ovela eThistlebend Ministries.
More
Sithanda ukubonga i-Thistlebend Ministries ngokusinikeza loluhlelo. Ngemininingwane eminye, sicela uvakashele: https://www.thistlebend.org/lookingahead/