Ukukhuluma NoNkulunkulu NgomthandazoIsampula
UKWAMUKELA UKUXOLELWA
UKUKHULUMA NONKULUNKULU
Hlambuluka buthule ngezinto ozenzile ezihlukumeze abanye. Cela uNkulunkulu ukuba akuxolele. Bese uMbonge ngokukuxolela.
NGENA
Esidlweni somndeni esilandelayo, tshela wonke umuntu afake izivalandlebe noma ama-earphone kodwa kukhulunywe njengokwejwayelekile, ngaphandle kokuzama ukuthi omunye asize omunye ukuthi amuzwe ukuthi uthini. Futhi wafake lapho uqoqa etafuleni lomndeni.
NGENA UJULE
Uma ungezi kuNkulunkulu ukuze uxolelwe, kufana nokuthi awufuni ukuMlalela. Ngokuthi ungaMuzwa uNkulunkulu, uyazihlubula kuyena, kanjengalesikhathi lapho wazithola ungawuzwa umndeni ngokuphelele. Funda AmaHubo 32:5, "Ngasivuma isono sami kuwe, angisifihlanga isiphambeko sami; ngathi: 'Ngiyakuzivuma izono zami kuJehova,' wena wathethelela icala lesono sami." Uma ucela ukuxolelwa, uNkulunkulu uyakuxolela. Kufana nokuthi ususa izivalandlebe ezindlebeni zakho, bese ukwazi ukuMuzwa futhi.
UKUKHULUMA OMUNYE NOMUNYE
-Wake wafihla into oyenze kabi yaba yimfihlo? Uma kunjalo, ukuzama ukuyifihla wakwenza wazizwa kanjani?
-Yini engakuvimbela ukuba uye kuNkulunkulu bese uhlambuluke ngesono?
-Uzizwa kanjani uma umuntu ekuxolela ngento osuke uyenzile kabi?

UmBhalo
Mayelana naloluHlelo
Impilo yomndeni ike ibe matasa, kuyenzeka futhi singathathi isikhathi sokuthandaza—asisabali ke ukusiza abantwana bethu ukuthi bakhule emkhutsheni wokufaka uNkulunkulu osukwini lwabo. Kulehlelo, umndeni wakho uzobona ukuthi uNkulunkulu ufuna kangakanani ukusizwa nanokuthi umthandazo ubuqinisa kanjani ubudelwano bethu naYe kanye nathi sisodwa. Usuku nosuku luneqalo somthandazo, ukufundwa komBhalo omfushane kanye necazelo, okwenziwa mathupha, kanye nemibuzo yokubonisana.
More
Sithanda ukubonga u Becky Kiser ngamaHolidi angcwele ngokusinika lePlani. Ngeminye imininingwane, sicela uvakashele: www.FocusontheFamily.com