Umthelela WenjabuloIsampula
Yeka iseluleko esiyinqaba esabhalwa indoda ethile ejele! "Thokozani eNkosini njalonjalo! Ngiyaphinda ngithi thokozani!"
Lesi iseluleko sikaPawulu esamenyezelwa ngokuqinile esitokisini sasejele laseRoma lekhulu lokuqala ngqo enhliziyweni yakho yekhulunyaka lama-21: Isimo sakho sengqondo sangaphakathi akufanele sibonise izimo zakho zangaphandle!
Upawulu wakusho kabili ngakho ngicabanga ukuthi nami ngizokwenza! "Izimo zakho zengqondo zangaphakathi akufanele zibonise izimo zakho zangaphandle!"
Kulula kakhulu ukudumazeka ngenxa yezimo ezingajabulisi noma ukuba silingeke ukuba sithathe izinto ezingasho lutho ngokweqiniso. Ziyohlale zikhona izimo empilweni ezizokwenza ungajabuli noma ungakhiqizi noma ube buthaka emoyeni. Kodwa akufanele neze kube nesenzakalo ekuphileni kwakho esikwenza uyeke ukujabula! Akumele kube khona isiqephu noma ukwenzeka okuntshontsha injabulo yakho.
Lokhu kungenzeka kuphela uma uthokoza “eNkosini”. Akwenzeki esintwini kodwa kuyenzeka ngempela eNkosini!
Injabulo yakho iwumphumela wokubuka okuqondile njengoba ubheke phezulu ngqo ebusweni bukaNkulunkulu Uqobo Lwakhe! Uma unombono ovundlile ngempilo yakho, ngendlela ongabona ngayo amehlo uyobuka kuphela indawo eyomile ewugwadule eyihlane. Kodwa uma ungakhetha ukubheka ebusweni bukaBaba, uzothunjwa uthando Lwakhe ... Ukuthula Kwakhe ... Nobuhle Bakhe!
Uma namuhla unquma ukuphila ukuphila okuqondile kunokuphila okuvundlile, ngeke ube naso isikhathi sokukhononda ngoba uzokhangwa yinjabulo yobukhona Bakhe. Ngeke usahlushwa ukudumala ngoba uzobe ugxile kakhulu endleleni yokuphila yokukhulekela. Igama elithi "ukucindezeleka" lizosulwa esichazamazwini sakho futhi uzobe udansela isiphetho sakho!

UmBhalo
Mayelana naloluHlelo
Ibhayibheli lisitshela ukuthi “ebukhoneni bakhe kukhona ukugcwala kwenjabulo” nokuthi “ukuthokoza kukaJehova kungamandla ethu”. Injabulo ayiwona nje omunye umzwelo; kuyisithelo sikaMoya kanye nesinye sezikhali ezingcono kakhulu kunqolobane yakho yokulwa nokudumazeka, ukudangala, kanye nokunqotshwa. Chitha izinsuku ezingu-31 ufunda lokho iBhayibheli elikushoyo ngenjabulo, futhi uziqinise ukuze ube umKristu ojabulayo ngokungenamibandela.
More
Sithanda ukubonga U-Carol McLeod ngokusinikeza loluhlelo. Ngeminye imininingwane, sicela uvakashele: www.justjoyministries.com