Ukubalwa KukaKhisimusiIsampula
Khuthaza izingane zakho ukuba zigqoke njengabelusi. Basize bagqoke izingubo zokugeza noma ithawula elikhulu eliboshwe ngebhande. Beka ithawula elincane emakhanda abo, bese ulibamba endaweni nge-bandana noma ibhande lekhanda.
Chaza ukuthi abelusi babebhekwa njengamadoda angabalulekile. Ngakho-ke kwamangaza ukuthi uNkulunkulu wabakhetha ukuba babe ngabokuqala ukuzwa umyalezo wokuzalwa kukaJesu. Lesi simemezelo esimangazayo sikhombisile ukuthi usana olunguJesu luyisipho sabo bonke abantu, hhayi nje kulabo abacebile nabadumile.
Ukuze uthole okwengeziwe, vakashela www.thrivingfamily.com/advent

UmBhalo
Mayelana naloluHlelo
Uyemukelwa Kukhalenda Yomsebenzi Wezinsuku ezingama-28 we-Thriving Family! Ungaphuthelwa yileli thuba lokuhlola incazelo yangempela kaKhisimusi futhi nisondelane ndawonye njengomndeni! Le misebenzi yomzali nengane yenzelwe ukukusiza ugcine le nkathi kaKhisimusi igxile kuKristu!
More
We would like to thank Focus on the Family and thrivingfamily.com for providing this plan. For more information, please visit: www.thrivingfamily.com/advent