Ukubalwa KukaKhisimusiIsampula
Bheka izithombe zezingane zakho lapho zisencane, ubuze izingane zakho ukuthi zingayikhumbula yini indaba ngemuva kwesithombe ngasinye. Bese ubuza ukuthi bangakhumbula yini okokuqala lapho bengalaleli khona uMama noma uBaba. Ngubani owabafundisa ukungalaleli?
Ibhayibheli lifundisa ukuthi isono sadluliselwa sisuka ku-Adamu no-Eva saya kubo bonke abantu. Isono sesibe yingxenye yemvelo yethu ewile. Tshela izingane zakho ukuthi akumangalisanga uNkulunkulu lapho u-Adamu no-Eva bona; noma kunjalo, Wayenecebo lokusindisa umhlaba.
Ukuze uthole okwengeziwe, vakashela www.thrivingfamily.com/advent

Mayelana naloluHlelo
Uyemukelwa Kukhalenda Yomsebenzi Wezinsuku ezingama-28 we-Thriving Family! Ungaphuthelwa yileli thuba lokuhlola incazelo yangempela kaKhisimusi futhi nisondelane ndawonye njengomndeni! Le misebenzi yomzali nengane yenzelwe ukukusiza ugcine le nkathi kaKhisimusi igxile kuKristu!
More
We would like to thank Focus on the Family and thrivingfamily.com for providing this plan. For more information, please visit: www.thrivingfamily.com/advent