Iviki lika-49 leNseleloIsampula
Ezifundweni zanamuhla, uyasibona yini isithembiso sokwethemba, umyalo wokulalela, iqiniso okufanele ulamukele, isixwayiso okufanele usilalele, noma isikhuthazo okufanele uphumule kuso?
Yini oyifundayo ngoNkulunkulu, ngawe, noma ngezwe?
Ingabe likhona ivesi noma umcabango owodwa ongakugqamisa namuhla? Khuluma noNkulunkulu ngakho.
Yini oyifundayo ngoNkulunkulu, ngawe, noma ngezwe?
Ingabe likhona ivesi noma umcabango owodwa ongakugqamisa namuhla? Khuluma noNkulunkulu ngakho.
Mayelana naloluHlelo
Ingabe usukulungele ukuyisa ubuhlobo bakho noNkulunkulu kwelinye izinga? Thatha Inselele Yamaviki angu-49! Lolu Hlelo LweBhayibheli luhamba kulo lonke iBhayibheli ngokufunda kokubili kweTestamente Elidala neTestamente Elisha nsuku zonke. Uzolandela iTestamente Elisha ngokulandelana kwezikhathi eduze kwezahluko ezihlobene zeTestamente Elidala ukukhombisa iBhayibheli njengendaba eyodwa ekhomba kuJesu. Njalo ngosuku lwesikhombisa yikhefu lokuzindla futhi wabelane ngalokho okufundayo.
More
Sithanda ukubonga i Life.Church ngokusinikeza lendlela yokufunda. Ngemininingwane eminye, sicela uvakashele: www.life.church