Ukusebenzisa isikhathi sakho kuNkulunkuluIsampula
Ukubeka Isheduli Yakho
Sebenzisa isikhathi sakho sokukhululeka ngokuphokophela izinto ezenza ukuphila kube ngcono. Ukufunda kuwukusebenzisa isikhathi kahle. U-Augustine wake weluleka amakholwa ukuthi afunde okunungi kangangoba engakwazi, njengoba lonke iqiniso l'lingela Nkulunkulu. Ezinye izinndlela zokungcebeleka ezithuthukisayo zisendaweni yobuciko. Ngiphinde ngijabulele ukusebenza kokudlala ngamagama ukufudumalisa ubuchopho bese ngandisa indlela yami yokukhuluma.
Thola izindlela zokurobha "ingqondo." umkhuba wami uye waba ukuphumulai phakathi 8 no-9 ebusuku uma kungenzeka bese ngivuka ngo-4 ekuseni. Lokhu sekube nomthelela omuhle kwisheduli yami. Amahora okuqala osuku awanazo iziphazamiso, isikhathi esimangalisayo sokufunda, ukubhala nokuthandaza.
Sebenzisa isikhathi sokushayela ukuthi ukufunda. Ukushayela imoto kuyisimo esesizenzekela esivumela ingqondo ukuba uqaphe okungaphezu kwalokho okwenzeka emgwaqeni. Izinzuzo zokuqoshiwe zingasetshenziswa kakhulu kulezi zikhathi.
Okokugcina, ezimweni eziningi, isheduli iyakhulula ngaphezu kokucindezela. Ukusebenza ngesheduli kusiza kakhulu ukuhlela ukusetshenziswa kwethu kwesikhathi. Isheduli kufanele ibe umngane, hhayi isitha. Kusisiza ukuba sithole isigqi sokuphila okukhazimulisa uNkulunkulu, okunomphumela.
Coram deo: Ukuphila phambi kobuso bukaNkulunkulu
Uma ungenayo isheduli, yenza eyodwa futhi uyisebenzise isonto lonke, bese uhlola ukuthi ikusize kanjani ukuhlenga isikhathi. Uma usuvele usunesheduli, thatha isikhathi sokuyibuyekeza futhi uthandaze ngezinto eziza kuqala.
Copyright © Ligonier Ministries. Thola incwadi yamahhala kusuka ku-RC Sproul ku- Ligonier.org/freeresource.
Mayelana naloluHlelo
Izinsuku ezingu-4 zokuzinikela kusuka ku R.C.Sproul ngokusebenzisa isikhathi sakho kuNkulunkulu. Ukuzinikela ngakunye kukubiza ukuthi uphile ebukhoneni bukaNkulunkulu, ngaphansi kwegunya likaNkulunkulu, enkazimulweni kaNkulunkulu.
More