UkudlaIsampula

Food

USUKU 1 KWEZINGU- 7

Ukudla kungaba isithixo njenganoma yini enye. Kungadla imicabango yakho, izimo zakho zengqondo, nezenzo zakho. Abanye abantu bakhonza ukudla ngokudla kakhulu kanti abanye bakhulekela ukudla ngokungakudli ngokwanele. Zombili lezi zindaba ngokuvamile ziwumphumela wendaba ejulile yokuzethemba. ingabe iBhayibheli ngempela linento eshiwo ngobuhlobo bethu nokudla? Bheka "isinkwa sokuphila" ukuze uthole imicabango kaNkulunkulu ngale ndaba.
Usuku 2

Mayelana naloluHlelo

Food

Ukudla kungaba isithixo njenganoma yini enye. Kungadla imicabango yakho, izimo zakho zengqondo, nezenzo zakho. Abanye abantu bakhonza ukudla ngokudla kakhulu, kanti abanye bakhulekela ukudla ngokungakudli ngokwanele. lolu hlelo lwezinsuku eziyisikhombisa luzokusiza ukuba usungule umbono onempilo ngokudla ngokuhlanganyela neBhayibheli, "isinkwa sokuphila." Ukuze uthole okwengeziwe, bheka finds.life.church

More

This plan was created by Life.Church.