KuThithu 2:6-8
KuThithu 2:6-8 IsiZulu 2020 (ZUL20)
Kanjalo bayale nabesilisa abasebasha ukuba babe ngabanengqondo. Zibonakalise kukho konke lokhu uyisibonelo semisebenzi emihle, ubonise ubuqotho ekufundiseni nesizotha, ukhulume okuqotho okungasolekiyo, ukuze ahlazeke omelana nathi, angabi nalutho olubi angalusho ngathi.
KuThithu 2:6-8 Baasraak Zulu New Testament Bible (ZULUNT)
Ngokunjalo amajaha ayale ukuthi ahluze. ezintweni zonke uzibonakalise uyisiboniso semisebenzi emihle: esifundiseni ukhombisa ukungonakali, ukulunga, ubuqotho, Inkulumo ephilileyo engenakulahlwa; ukuze ophambeneyo abe namahloni, engenalutho olubi angalusho ngani.
KuThithu 2:6-8 IBHAYIBHELI ELINGCWELE (ZUL59)
Ngokunjalo ubayale abesilisa abasha ukuba babe ngabaqondileyo, uzibonakalise kukho konke ube yisibonelo semisebenzi emihle, nasekufundiseni kwakho ubonakalise ukungonakali, ube nesizotha, ukhulume okuqondileyo okungasolekiyo, ukuze omelana nathi abe namahloni, engenalutho olubi angalukhuluma ngathi.
KuThithu 2:6-8 Contemporary Zulu Bible 2024 (CZB24)
Ngokunjalo amajaha ayale ukuthi ahluze. Ezintweni zonke uzibonakalise uyisiboniso semisebenzi emihle: esifundiseni ukhombisa ukungonakali, ukulunga, ubuqotho, Inkulumo ephilileyo engenakulahlwa; ukuze ophambeneyo abe namahloni, engenalutho olubi angalusho ngani.