I-Logo ye-YouVersion
IBhayibheliAmapulaniAmavidiyo
Thola i App
Okukhetha Ulimi
Isici soku Sesha

URuthe 3:9-10

URuthe 3:9-10 IsiZulu 2020 (ZUL20)

Wambuza wathi: “Ungubani wena, na?” Waphendula wathi: “NginguRuthi, incekukazi yakho. Ake welule ichopho lengubo yakho ungifukamele, ngokuba ungumhlengi.” Waphendula wathi: “USimakade makakubusise, ndodakazi yami. Ekugcineni ukhombise ukwethembeka okukhulu kunasekuqaleni; awuzange ugijimele ezinsizweni ezicebile noma ezimpofu.

Dlulisela
Funda URuthe 3

URuthe 3:9-10 IBHAYIBHELI ELINGCWELE (ZUL59)

Yathi: “Ungubani?” Wathi: “NginguRuthe incekukazi yakho; yembesa incekukazi yakho umphetho wengubo yakho, ngokuba ungumhlengi.” Yathi: “Mawubusiswe nguJehova, ndodakazi yami; ubonakalisile umusa ekugcineni kakhulu kunasekuqaleni, ngokuba awulandelanga izinsizwa, noma zimpofu noma zicebile.

Dlulisela
Funda URuthe 3

URuthe 3:9-10 Contemporary Zulu Bible 2024 (CZB24)

Wathi: “Ungubani na?” Wathi: “Ngiyincekukazi yakho uRuthe; wendlala ingubo yakho phezu kwencekukazi yakho; ngoba uyisihlobo esiseduze. Wathi: “Mawubusiswe nguJehova, ndodakazi yami, ngokuba wenze umusa omkhulu ekugcineni kunasekuqaleni, ngokuba awulandelanga izinsizwa, ezimpofu nezicebile.

Dlulisela
Funda URuthe 3
I-YouVersion'

Ukukukhuthaza nokukubekela inselelo yokufuna ubudlelwano noNkulunkulu nsuku zonke.

Inkonzo

Mayelana

Imisebenzi

Volontiya

I-Blogi

Abezindaba

Izixhumanisi Eziwusizo

Usizo

Nikela

Izinguqulo zeBhayibheli

AmaBhayibheli Alalelwayo

Izilwimi zeBhayibheli

Ivesi losuku


Inkonzo yedijithali ye

Life.Church
English (US)

©2025 I-Life.Church / YouVersion

Inqubomgomo yobumfihloImibandela
Uhlelo Lokudalula Ubungozi
U-FacebookU-TwitterI-InstagramI-YouTubeI-Pinterest

Ikhaya

IBhayibheli

Amapulani

Amavidiyo