KwabaseRoma 6:6-8
KwabaseRoma 6:6-8 IBHAYIBHELI ELINGCWELE (ZUL59)
sazi lokhu ukuthi umuntu wethu omdala wabethelwa kanye naye esiphambanweni, ukuze umzimba wesono wenziwe ize, singabe sisakhonza isono, ngokuba ofileyo ukhululiwe esonweni. Kepha uma safa kanye noKristu, siyakholwa ukuthi siyakuphila futhi kanye naye
KwabaseRoma 6:6-8 Baasraak Zulu New Testament Bible (ZULUNT)
sisazi lokhu, ukuthi umuntu wethu omdala wabethelwa kanye laye, ukuze umzimba wesono ubhujiswe, ukuze singabe sesikhonza isono; Ngoba ofileyo ukhululiwe esonweni. Kepha uma safa kanye noKristu, siyakholwa ukuthi siyakuphila futhi kanye naye
KwabaseRoma 6:6-8 IsiZulu 2020 (ZUL20)
Sazi lokhu ukuthi umuntu wethu omdala wabethelwa kanye naye esiphambanweni, ukuze umzimba wesono wenziwe ize, singabe sisakhonza isono, ngokuba ofileyo ukhululiwe. Kodwa uma safa kanye noKhristu, siyakholwa ukuthi siyakuphila kanye naye
KwabaseRoma 6:6-8 IBHAYIBHELI ELINGCWELE (ZUL59)
sazi lokhu ukuthi umuntu wethu omdala wabethelwa kanye naye esiphambanweni, ukuze umzimba wesono wenziwe ize, singabe sisakhonza isono, ngokuba ofileyo ukhululiwe esonweni. Kepha uma safa kanye noKristu, siyakholwa ukuthi siyakuphila futhi kanye naye
KwabaseRoma 6:6-8 Contemporary Zulu Bible 2024 (CZB24)