I-Logo ye-YouVersion
IBhayibheliAmapulaniAmavidiyo
Thola i App
Okukhetha Ulimi
Isici soku Sesha

KwabaseRoma 4:22-25

KwabaseRoma 4:22-25 Baasraak Zulu New Testament Bible (ZULUNT)

Ngakho-ke kwabalelwa kuye ukuthi kungukulunga. Kepha akulotshwanga ngenxa yakhe yedwa ukuthi kwabalelwa kuye; Kodwa nakithi, esizakubalelwa, uma sikholwa kuye owavusa uJesu iNkosi yethu kwabafileyo; owanikelwa ngenxa yeziphambeko zethu, wabuye wavuswa ukuze silungisiswe.

Dlulisela
Funda KwabaseRoma 4

KwabaseRoma 4:22-25 IsiZulu 2020 (ZUL20)

Ngakho-ke kwabalelwa kuye, kwaba ngukulunga. Lokho akulotshwanga ngenxa yakhe yedwa ukuthi kwabalelwa kuye, kodwa nangenxa yethu esiyakubalelwa khona, thina esikholwa nguye owavusa uJesu iNkosi yethu kwabafileyo, owanikelwa ngenxa yeziphambeko zethu, wavuswa ngenxa yokulungisiswa kwethu.

Dlulisela
Funda KwabaseRoma 4

KwabaseRoma 4:22-25 IBHAYIBHELI ELINGCWELE (ZUL59)

Ngalokho-ke kwabalelwa yena ukuthi kungukulunga. Kepha akulotshwanga ngenxa yakhe yedwa ukuthi kwabalelwa yena, kodwa nangenxa yethu esiyakubalelwa khona, thina esikholwa nguye owavusa uJesu iNkosi yethu kwabafileyo, owanikelwa ngenxa yeziphambeko zethu, wavuswa ngenxa yokulungisiswa kwethu.

Dlulisela
Funda KwabaseRoma 4

KwabaseRoma 4:22-25 Contemporary Zulu Bible 2024 (CZB24)

Ngakho-ke kwabalelwa kuye ukuthi kungukulunga. Kepha akulotshwanga ngenxa yakhe yedwa ukuthi kwabalelwa kuye; Kodwa nakithi, esizakubalelwa, uma sikholwa kuye owavusa uJesu iNkosi yethu kwabafileyo; owanikelwa ngenxa yeziphambeko zethu, wabuye wavuswa ukuze silungisiswe.

Dlulisela
Funda KwabaseRoma 4
I-YouVersion'

Ukukukhuthaza nokukubekela inselelo yokufuna ubudlelwano noNkulunkulu nsuku zonke.

Inkonzo

Mayelana

Imisebenzi

Volontiya

I-Blogi

Abezindaba

Izixhumanisi Eziwusizo

Usizo

Nikela

Izinguqulo zeBhayibheli

AmaBhayibheli Alalelwayo

Izilwimi zeBhayibheli

Ivesi losuku


Inkonzo yedijithali ye

Life.Church
English (US)

©2025 I-Life.Church / YouVersion

Inqubomgomo yobumfihloImibandela
Uhlelo Lokudalula Ubungozi
U-FacebookU-TwitterI-InstagramI-YouTubeI-Pinterest

Ikhaya

IBhayibheli

Amapulani

Amavidiyo