KwabaseRoma 13:1-2
KwabaseRoma 13:1-2 IsiZulu 2020 (ZUL20)
Akube yilowo nalowo azithobe phansi kwamandla ombuso. Ngokuba akukho mandla ombuso angaveli kuNkulunkulu. Lawa akhona amiswe nguNkulunkulu. Ngakho-ke omelana nabasemagunyeni, umelana nesimiso sikaNkulunkulu. Abamelana nabo bayakwemukeliswa ukulahlwa.
Dlulisela
Funda KwabaseRoma 13KwabaseRoma 13:1-2 IBHAYIBHELI ELINGCWELE (ZUL59)
Akube yilowo nalowo azithobe phansi kwamandla ombuso, ngokuba akukho mandla ombuso angaveli kuNkulunkulu; lawa akhona amiswe nguNkulunkulu. Ngakho-ke omelana namandla ombuso umelana nesimiso sikaNkulunkulu; kepha abamelana nakho bayakwamukeliswa ukulahlwa.
Dlulisela
Funda KwabaseRoma 13