KwabaseRoma 12:18-19
KwabaseRoma 12:18-19 Baasraak Zulu New Testament Bible (ZULUNT)
Uma kungenzeka, ngokusemandleni enu, hlalani ngokuthula nabantu bonke. Bathandekayo, ningaziphindiseli nina, kodwa dedelani ulaka, ngokuba kulotshiwe ukuthi: Ngokwami ukuphindisela; ngiyakubuyisela mina, isho iNkosi.
KwabaseRoma 12:18-19 IsiZulu 2020 (ZUL20)
Uma kungenzeka, hlalani ngokuthula nabantu bonke. Bathandekayo, ningaphindiseli, kodwa dedelani ulaka lukaNkulunkulu, ngokuba kulotshiwe ukuthi: “Ingeyami impindiselo, ngiyakuphindisela,” kusho iNkosi.
KwabaseRoma 12:18-19 IBHAYIBHELI ELINGCWELE (ZUL59)
uma kungenzeka, ngokwenu hlalisanani ngokuthula nabantu bonke; ningaziphindiseli nina bathandwa, kodwa dedelani ulaka, ngokuba kulotshiwe ukuthi: “Ngokwami ukuphindisela, ngiyakubuyisela mina,” isho iNkosi.
KwabaseRoma 12:18-19 Contemporary Zulu Bible 2024 (CZB24)