AmaHubo 66:10-12
AmaHubo 66:10-12 IsiZulu 2020 (ZUL20)
Ngokuba Wena, Nkulunkulu, usivivinyile, wasihlanza njengalokhu kuhlanzwa isiliva. Usiphonse enethini, wasethwesa umthwalo onzima. Abantu wabavumela ukuba bakhwele phezu kwamakhanda ethu. Sadabula emlilweni nasemanzini, kodwa wasikhiphela endaweni ebanzi.
AmaHubo 66:10-12 IBHAYIBHELI ELINGCWELE (ZUL59)
Ngokuba wena Nkulunkulu usilingile, wasihlanza njengokuhlanzwa kwesiliva. Wasingenisa enetheni; wabeka umthwalo onzima ezinkalweni zethu. Wavumela abantu ukuba bakhwele phezu kwamakhanda ethu; sangena emlilweni nasemanzini; kepha wasikhiphela ekubuseni.
AmaHubo 66:10-12 Contemporary Zulu Bible 2024 (CZB24)
Ngokuba wena, Nkulunkulu, usivivinyile; Usivivinyile njengokuvivinywa kwesiliva; Wasingenisa enetheni; Ubeke usizi okhalweni lwethu. Uvumele abantu bakhwele phezu kwamakhanda ethu; sidabule emlilweni nasemanzini, kepha wasikhipha wasiyisa endaweni enothile.