AmaHubo 52:8-9
AmaHubo 52:8-9 IsiZulu 2020 (ZUL20)
Kepha mina ngifana nesihlahla somhlwathi esiluhlaza, endlini kaNkulunkulu. Ngethembele emseni kaNkulunkulu kuze kube phakade. Ngizokudumisa kuze kube phakade, ngokuba ukwenzile lokho. Ngizolindela igama lakho, ngokuba lihle phambi kwabathembekile bakho.
Dlulisela
Funda AmaHubo 52AmaHubo 52:8-9 IBHAYIBHELI ELINGCWELE (ZUL59)
Kepha mina nginjengomnqumo oluhlaza endlini kaNkulunkulu; ngithemba umusa kaNkulunkulu njalonjalo kuze kube phakade naphakade. Ngizakukudumisa kuze kube phakade, ngokuba ukwenzile; ngizakulindela igama lakho, ngokuba lihle phambi kwabangcwele bakho.
Dlulisela
Funda AmaHubo 52AmaHubo 52:8-9 Contemporary Zulu Bible 2024 (CZB24)
Kepha mina nginjengomnqumo oluhlaza endlini kaNkulunkulu; ngiyethemba umusa kaNkulunkulu kuze kube phakade naphakade. Ngiyakukubonga kuze kube phakade, ngokuba ukwenzile lokho; futhi ngizolindela iGama lakho; ngoba kuhle phambi kwabangcwele bakho.
Dlulisela
Funda AmaHubo 52