AmaHubo 103:10-12
AmaHubo 103:10-12 IsiZulu 2020 (ZUL20)
Akasiphathi njengokufanele izono zethu, akasivuzi njengokwamacala ethu. Ngokuba njengokuphakama kwezulu phezu komhlaba, unjalo umusa wakhe phezu kwabamesabayo. Njengokuba impumalanga yahlukene nentshonalanga, uzidedise kangako iziphambeko zethu.
Dlulisela
Funda AmaHubo 103AmaHubo 103:10-12 IBHAYIBHELI ELINGCWELE (ZUL59)
Akasiphathi njengokufanele izono zethu, akasivuzi njengokwamacala ethu. Ngokuba njengokuphakama kwezulu phezu komhlaba unjalo umusa wakhe phezu kwabamesabayo. Njengokuba impumalanga yahlukene nentshonalanga, udedisile kangaka kithi iziphambeko zethu.
Dlulisela
Funda AmaHubo 103AmaHubo 103:10-12 Contemporary Zulu Bible 2024 (CZB24)
Akenzanga kithi njengokwezono zethu; futhi akasibuyiselanga njengokwamacala ethu. Ngokuba njengokuphakama kwezulu phezu komhlaba, unjalo umusa wakhe kwabamesabayo. Njengoba impumalanga iqhelelene nentshonalanga, udedisela kude iziphambeko zethu kithi.
Dlulisela
Funda AmaHubo 103