NgokukaMarku 6:35-37
NgokukaMarku 6:35-37 IsiZulu 2020 (ZUL20)
Kwathi isikhathi sesihambile, abafundi bakhe beza kuye, bathi: “Le ndawo iyihlane, futhi seliyozilahla kunina. Bahambise ukuba baye ezindaweni eziseduze nasemizaneni ukuze bazithengele ukudla.” Wayesephendula, ethi kubo: “Bapheni nina ukudla.” Bathi kuye: “Sihambe yini siyothenga izinkwa zodenariyu abangama-200, sibaphe badle na?”
NgokukaMarku 6:35-37 Baasraak Zulu New Testament Bible (ZULUNT)
Kwathi isikhathi sesihambile, abafundi bakhe beza kuye bathi: “Le ndawo iyihlane, isikhathi sesihambile; bamukise ukuba baye emaphandleni nasezindaweni ezizungezile, bazithengele izinkwa, ngokuba abanakudla. Wasephendula wathi kubo: Bapheni lina ukudla. Basebesithi kuye: Sihambe yini siyethenga izinkwa zabodenariyo abangamakhulu amabili, sibaphe badle?
NgokukaMarku 6:35-37 IBHAYIBHELI ELINGCWELE (ZUL59)
Kwathi isikhathi sesihambile, beza kuye abafundi bakhe, bathi: “Le ndawo iyihlane, isikhathi sesidlulile; bamukise ukuba baye emaphandleni nasemizaneni ezungezileyo, bazithengele ukudla.” Wayesephendula, ethi kubo: “Bapheni nina ukudla.” Bathi kuye: “Sihambe yini, siyothenga izinkwa zawodenariyu* abangamakhulu amabili, sibaphe badle na?”
NgokukaMarku 6:35-37 Contemporary Zulu Bible 2024 (CZB24)