NgokukaMarku 16:17-18
NgokukaMarku 16:17-18 Baasraak Zulu New Testament Bible (ZULUNT)
Lalezizibonakaliso zizakubalandela abakholwayo; Ngegama lami bayokhipha amademoni; bayakukhuluma ngezilimi ezintsha; Bayakuphatha izinyoka; futhi uma bephuza okubulalayo, akusoze kwabalimaza; bayakubeka izandla phezu kwabagulayo, futhi bayakusinda.
NgokukaMarku 16:17-18 IsiZulu 2020 (ZUL20)
Lezi zibonakaliso ziyakubonakala kwabakholwayo: Bayakukhipha amadimoni ngegama lami, bakhulume ngezilimi ezintsha. Bayakubamba izinyoka; uma bephuza okubulalayo, akuyukuba nangozi kubo, bayakubeka izandla phezu kwabagulayo, basinde.”
NgokukaMarku 16:17-18 IBHAYIBHELI ELINGCWELE (ZUL59)
Lezi zibonakaliso ziyakubalandela abakholwayo: ngegama lami bayakukhipha amademoni, bashumayele ngezilimi ezintsha, baphathe izinyoka; uma bephuza okubulalayo, akusoze kwaba nangozi; bayakubeka izandla phezu kwabagulayo, basinde.”
NgokukaMarku 16:17-18 Contemporary Zulu Bible 2024 (CZB24)