NgokukaMarku 10:6-8
NgokukaMarku 10:6-8 Baasraak Zulu New Testament Bible (ZULUNT)
Kodwa kusukela ekuqaleni kokudalwa uNkulunkulu wabenza owesilisa nowesifazane. Ngenxa yalokhu indoda izatshiya uyise lonina, inamathele kumkayo; Labo ababili bayakuba nyamanye; ngakho abasebabili, kodwa banyamanye.
NgokukaMarku 10:6-8 IsiZulu 2020 (ZUL20)
Kepha kusukela ekuqaleni kokudalwa, uNkulunkulu wabenza owesilisa nowesifazane. Ngenxa yalokho, indoda iyakushiya uyise nonina, inamathele kumkayo. Labo ababili bayakuba nyamanye, ngakho abasebabili, kepha sebenyamanye.
NgokukaMarku 10:6-8 IBHAYIBHELI ELINGCWELE (ZUL59)
Kepha kusukela ekuqaleni kokudalwa uNkulunkulu wabenza owesilisa nowesifazane. Ngenxa yalokho umuntu uyakushiya uyise nonina, anamathele kumkakhe; labo ababili bayakuba nyamanye; ngakho abasebabili, kepha sebenyamanye.
NgokukaMarku 10:6-8 Contemporary Zulu Bible 2024 (CZB24)