NgokukaMarku 10:43-45
NgokukaMarku 10:43-45 Baasraak Zulu New Testament Bible (ZULUNT)
Kodwa kungabi njalo phakathi kwenu, kodwa loba ngubani ofuna ukuba mkhulu phakathi kwenu kabe yisikhonzi senu; njalo loba ngubani ofuna ukuba ngowokuqala phakathi kwenu kabe yinceku yabo bonke. Ngokuba neNdodana yomuntu ayizanga ukukhonzwa kepha ukukhonza nokunikela ukuphila kwayo, kube yisihlengo sabaningi.
NgokukaMarku 10:43-45 IsiZulu 2020 (ZUL20)
Kepha akunjalo phakathi kwenu, kodwa yilowo nalowo ofuna ukuba mkhulu phakathi kwenu, makabe yisikhonzi senu, nalowo ofuna ukuba ngowokuqala phakathi kwenu, makabe yinceku yabo bonke. Ngokuba nayo iNdodana yomuntu ayizelanga ukukhonzwa, kepha ukukhonza nokunikela ukuphila kwayo, kube yisihlengo sabaningi.”
NgokukaMarku 10:43-45 IBHAYIBHELI ELINGCWELE (ZUL59)
Kepha akunjalo phakathi kwenu, kodwa yilowo nalowo ofuna ukuba mkhulu phakathi kwenu makabe yisikhonzi senu, nalowo ofuna ukuba ngowokuqala phakathi kwenu makabe yinceku yabo bonke. Ngokuba nayo iNdodana yomuntu ayizelanga ukukhonzwa kepha ukukhonza nokunikela ukuphila kwayo, kube yisihlengo sabaningi.”
NgokukaMarku 10:43-45 Contemporary Zulu Bible 2024 (CZB24)