NgokukaMathewu 6:26-27
NgokukaMathewu 6:26-27 IBHAYIBHELI ELINGCWELE (ZUL59)
Bukani izinyoni zezulu ukuthi azihlwanyeli, azivuni, azibekeleli ezinqolobaneni; nokho uYihlo wasezulwini uyazondla. Nina kanizidluli kakhulu na? Ngumuphi kini ongelekela ebudeni bakhe ingalo ibe nye ngokukhathazeka na?
NgokukaMathewu 6:26-27 Baasraak Zulu New Testament Bible (ZULUNT)
Bhekani izinyoni zezulu, ngokuba azihlwanyeli, azivuni, azibutheli eziphaleni; nokho uYihlo osezulwini uyazondla. Anizincono kakhulu na? Ngumuphi kini ongathi ngokukhathazeka anezele ingalo eyodwa ebukhulwini bakhe na?
NgokukaMathewu 6:26-27 IsiZulu 2020 (ZUL20)
Bhekani izinyoni zezulu ukuthi azihlwanyeli, azivuni, azibekeleli ezinqolobaneni, nokho uYihlo osezulwini uyazondla. Nina anizidluli yini kakhulu na? Ngubani phakathi kwenu okuthi ngokuzikhathaza kwakhe athasisele umzuzwana ebudeni bempilo yakhe na?
NgokukaMathewu 6:26-27 Contemporary Zulu Bible 2024 (CZB24)