NgokukaMathewu 6:19-21
NgokukaMathewu 6:19-21 Baasraak Zulu New Testament Bible (ZULUNT)
Ningazibekeleli ingcebo emhlabeni, lapho inundu nokugqwala konakalisa khona, nalapho amasela efohla khona, ebe; Kodwa zibekeleni ingcebo ezulwini, lapho inundu lokuthomba kungoni, lalapho amasela angafohli khona, ebe; Ngokuba lapho kukhona ingcebo yenu, nenhliziyo yenu iyakuba-khona.
NgokukaMathewu 6:19-21 IsiZulu 2020 (ZUL20)
“Ningazibekeleli ingcebo emhlabeni, lapho inokoniwa khona yinundu nokugqwala, nalapho amasela efohla khona, ebe. Kepha zibekeleni ingcebo ezulwini, lapho inundu nokugqwala kungoni khona, nalapho amasela engafohli khona, ebe. Ngokuba lapho kukhona ingcebo yakho, nenhliziyo yakho iyakuba khona lapho.
NgokukaMathewu 6:19-21 IBHAYIBHELI ELINGCWELE (ZUL59)
“Ningazibekeleli ingcebo emhlabeni, lapho kona inundu nokugqwala, nalapho amasela efohla khona, ebe. Kepha zibekeleleni ingcebo ezulwini, lapho kungoni inundu nokugqwala, nalapho amasela engafohli khona, ebe. Ngokuba lapho kukhona ingcebo yakho, nenhliziyo yakho iyakuba khona lapho.
NgokukaMathewu 6:19-21 Contemporary Zulu Bible 2024 (CZB24)