NgokukaMathewu 24:10-12
NgokukaMathewu 24:10-12 Baasraak Zulu New Testament Bible (ZULUNT)
Khona abaningi bayakukhubeka, bakhaphelane, bazondane. Kuyakuvela abaprofethi bamanga abaningi, badukise abaningi. Nangenxa yokwanda kobubi, uthando lwabaningi luyophola.
Dlulisela
Funda NgokukaMathewu 24NgokukaMathewu 24:10-12 IsiZulu 2020 (ZUL20)
Abaningi bayakukhubeka, bakhaphelane, futhi bazondane. Kuyakuvela abaphrofethi mbumbulu abaningi, badukise izindimbane zabantu. Luyakuphola uthando ngenxa yokwanda kobubi.
Dlulisela
Funda NgokukaMathewu 24