NgokukaMathewu 23:25-26
NgokukaMathewu 23:25-26 Baasraak Zulu New Testament Bible (ZULUNT)
Maye kinina babhali nabaFarisi, bazenzisi! ngokuba nihlanza ingaphandle lenkezo nesitsha, kepha ngaphakathi kugcwele ukuphanga nokuxhashazwa. MFarisi oyimpumputhe, hlambulula kuqala okuphakathi kwenkezo noqwembe, ukuze kuhlanzeke nengaphandle lakho.
NgokukaMathewu 23:25-26 IsiZulu 2020 (ZUL20)
“Maye, kini zazimthetho nabaFarisi, bazenzisi, ngokuba nihlanza ingaphandle lenkezo nesitsha, kodwa ngaphakathi kugcwele impango nobugovu. MFarisi oyimpumputhe, hlanza kuqala ingaphakathi lenkezo, ukuze kuhlanzeke nengaphandle layo.
NgokukaMathewu 23:25-26 IBHAYIBHELI ELINGCWELE (ZUL59)
“Maye kinina babhali nabaFarisi, bazensizi, ngokuba nihlambulula ingaphandle lenkezo nesitsha, kepha ngaphakathi kugcwele impango nokuhuheka! Mfarisi oyimpumputhe, hlanza kuqala ingaphakathi lenkezo, ukuze kuhlanzeke nengaphandle layo.
NgokukaMathewu 23:25-26 Contemporary Zulu Bible 2024 (CZB24)