NgokukaMathewu 21:33
NgokukaMathewu 21:33 Baasraak Zulu New Testament Bible (ZULUNT)
Zwanini omunye umfanekiso: Kwakukhona umninindlu owahlanyela isivini, wasibiyela ngothango, wemba isikhamo sewayini kuso, wakha umbhoshongo, wasiqashisa kubalimi, waya elizweni elikhatshana.
Dlulisela
Funda NgokukaMathewu 21NgokukaMathewu 21:33 IsiZulu 2020 (ZUL20)
“Lalelani nanku omunye umzekeliso. Kwakukhona umuntu ongumninindlu. Lo muntu watshala isivini, wasibiyela ngothango, wemba lapho isikhamo, wakha isiqongo sokulinda, wayeseqashisa ngaso kubalimi; waya kwelinye izwe.
Dlulisela
Funda NgokukaMathewu 21