NgokukaMathewu 15:8-10
NgokukaMathewu 15:8-10 IBHAYIBHELI ELINGCWELE (ZUL59)
‘Lesi sizwe singidumisa ngezindebe zomlomo, kepha inhliziyo yaso ikude nami; kodwa bangikhonza ngeze befundisa izifundiso eziyimiyalo yabantu.’ ” Wayesebabiza abantu, wathi kubo: “Yizwani, niqonde.
NgokukaMathewu 15:8-10 Baasraak Zulu New Testament Bible (ZULUNT)
Lababantu basondela kimi ngomlomo wabo, bangidumisa ngezindebe zabo; kepha inhliziyo yabo ikude nami. Kepha bangikhonza ngeze, befundisa izifundiso eziyimiyalo yabantu. Wasebiza amaxuku, wathi kuwo: Lalelani, liqedisise
NgokukaMathewu 15:8-10 IsiZulu 2020 (ZUL20)
“ ‘Lesi sizwe singidumisa ngezindebe zomlomo, kepha inhliziyo yaso ikude nami; kodwa bangikhonza ngeze, befundisa izifundiso eziyimiyalo yabantu.’ ” Wayesebiza isixuku, wathi kuso: “Yizwani, niqonde.
NgokukaMathewu 15:8-10 Contemporary Zulu Bible 2024 (CZB24)