NgokukaLuka 9:23-24
NgokukaLuka 9:23-24 Baasraak Zulu New Testament Bible (ZULUNT)
Wathi kubo bonke: “Uma umuntu ethanda ukungilandela, makazidele, athabathe isiphambano sakhe imihla ngemihla, angilandele. Ngokuba yilowo nalowo othanda ukusindisa ukuphila kwakhe uyakulahlekelwa yikho, kepha olahlekelwa ngukuphila kwakhe ngenxa yami uyakukusindisa.
NgokukaLuka 9:23-24 IsiZulu 2020 (ZUL20)
Wayesethi kubo bonke: “Uma umuntu ethanda ukungilandela, makazidele, athathe isiphambano sakhe imihla ngemihla, angilandele. Ngokuba yilowo nalowo othanda ukusindisa ukuphila kwakhe, uyakulahlekelwa yikho; kepha lowo olahlekelwa ngukuphila kwakhe ngenxa yami, uyakukusindisa.
NgokukaLuka 9:23-24 IBHAYIBHELI ELINGCWELE (ZUL59)
Wayesethi kubo bonke: “Uma umuntu ethanda ukuza emva kwami, makazidele, athabathe isiphambano sakhe imihla ngemihla, angilandele. Ngokuba yilowo nalowo othanda ukusindisa ukuphila kwakhe uyakulahlekelwa yikho; kepha olahlekelwa ngukuphila kwakhe ngenxa yami uyakukusindisa.
NgokukaLuka 9:23-24 Contemporary Zulu Bible 2024 (CZB24)