NgokukaLuka 9:10-11
NgokukaLuka 9:10-11 Contemporary Zulu Bible 2024 (CZB24)
Sebebuyile abaphostoli bamtshela konke ababekwenzile. Wabathatha, wamuka nabo bebodwa endaweni eyihlane yomuzi othiwa iBetsayida. Kwathi isixuku sekwazi lokho, samlandela
NgokukaLuka 9:10-11 Baasraak Zulu New Testament Bible (ZULUNT)
Sebebuyile abaphostoli bamtshela konke ababekwenzile. Wabathatha, wamuka nabo bebodwa endaweni eyihlane yomuzi othiwa iBetsayida. Kwathi isixuku sekwazi lokho, samlandela
NgokukaLuka 9:10-11 IsiZulu 2020 (ZUL20)
Sebebuyile abaphostoli, bamlandisa ngakho konke abakwenzileyo; wabathatha, wahamba nabo ngasese, baya emzini okuthiwa yiBhethsayida. Kepha izixuku sezazi ngalokho zamlandela; wazemukela, wakhuluma kuzo ngombuso kaNkulunkulu, wabaphulukisa abadinga ukuphiliswa.
NgokukaLuka 9:10-11 IBHAYIBHELI ELINGCWELE (ZUL59)
Abaphostoli sebebuyile bamlandisa konke abakwenzileyo; wabathatha, wamuka nabo bebodwa ukuya emzini othiwa iBetsayida. Kepha izixuku sezazi zamlandela; wazithakazela, wakhuluma kuzo ngombuso kaNkulunkulu, wabaphulukisa abaswela ukuphulukiswa.