NgokukaLuka 21:37-38
NgokukaLuka 21:37-38 IsiZulu 2020 (ZUL20)
Ngalezo zinsuku uJesu wayefundisa ethempelini emini, bese kuthi ebusuku ahambe ayolala entabeni okuthiwa eYeminqumo. Bonke abantu babevuka ekuseni ngovivi baye ethempelini, ukuba bamlalele.
Dlulisela
Funda NgokukaLuka 21NgokukaLuka 21:37-38 Baasraak Zulu New Testament Bible (ZULUNT)
Emini wayefundisa ethempelini; ebusuku waphuma wayahlala entabeni ethiwa iNtaba Yeminqumo. Bonke abantu babesiza kuye ekuseni kakhulu ethempelini ukuba bamzwe.
Dlulisela
Funda NgokukaLuka 21