NgokukaLuka 13:23-25
NgokukaLuka 13:23-25 Baasraak Zulu New Testament Bible (ZULUNT)
Omunye wasesithi kuye: Nkosi, balutshwana abasindiswayo yini? Wathi kubo. Phikelelani ukungena ngesango elincane; ngokuba ngithi kini: Abaningi bayakufuna ukungena, kodwa bahluleke. Nxa umninindlu esesukumile wavala umnyango, seliqala ukuma ngaphandle lokungqongqotha emnyango, lisithi: Nkosi, Nkosi, sivulele; uyakuphendula athi kini: Anginazi lapho nivela khona
NgokukaLuka 13:23-25 IsiZulu 2020 (ZUL20)
Umuntu othile wayesethi kuye: “Nkosi, bayingcosana yini abasindiswayo na?” UJesu wathi kubo: “Phikelelani ukungena ngomnyango omncane. Ngokuba ngithi kini: baningi abayakufuna ukungena, kodwa behluleke. Uma umninindlu esesukumile wavala umnyango, niyakuma ngaphandle, ningqongqoze emnyango, nithi: ‘Nkosi, sivulele,’ yena uyakuphendula, athi: ‘Anginazi ukuthi nivela kuphi.’
NgokukaLuka 13:23-25 IBHAYIBHELI ELINGCWELE (ZUL59)
Umuntu othile wayesethi kuye: “Nkosi, bayingcosana abasindiswayo na?” Wathi kubo: “Phikelelani ukungena ngomnyango omncinyane; ngokuba ngithi kini: Abaningi bayakufuna ukungena, bahluleke. Nxa umninindlu esukumile wavala emnyango, niqale ukuma ngaphandle, ningqongqothe emnyango, nithi: ‘Nkosi, sivulele,’ uyakuphendula, athi: ‘Anginazi lapho nivela khona.’
NgokukaLuka 13:23-25 Contemporary Zulu Bible 2024 (CZB24)