UJoshuwa 6:26-27
UJoshuwa 6:26-27 IsiZulu 2020 (ZUL20)
Ngaleso sikhathi uJoshuwa wenza lesi sifungo wathi: “Makaqalekiswe phambi kukaSimakade lowo oyozama ukwakha lo muzi iJerikho. Obeka isisekelo salo uyakulahlekelwa yizibulo lakhe, ovuselela amasango alo uyakulahlekelwa yindodana yokugcina.” USimakade wayenaye uJoshuwa, udumo lwakhe lwagcwala ezweni lonke.
UJoshuwa 6:26-27 IBHAYIBHELI ELINGCWELE (ZUL59)
UJoshuwa wabafungisa ngaleso sikhathi, wathi: “Makaqalekiswe phambi kukaJehova umuntu osuka akhe lo muzi waseJeriko; uyakubeka isisekelo sawo ngokulahlekelwa yizibulo lakhe, amise amasango awo ngokulahlekelwa ngomncinyane wakhe.” UJehova wayenaye uJoshuwa; udumo lwakhe lwalukhona ezweni lonke.
UJoshuwa 6:26-27 Contemporary Zulu Bible 2024 (CZB24)
UJoshuwa wabaqalekisa ngaleso sikhathi, wathi: “Makaqalekiswe phambi kukaJehova umuntu osuka akhe lo muzi waseJeriko; uyakubeka isisekelo salo ngezibulo lakhe, futhi indodana yakhe encane iyomisa amasango alo. UJehova waba njalo noJoshuwa; udumo lwakhe lwaba lukhulu ezweni lonke.