UJobe 8:5-7
UJobe 8:5-7 IsiZulu 2020 (ZUL20)
Kuyothi lapho umfuna uNkulunkulu, umnxusa uSomandla, uma uhlambulukile, uqotho, Yena uyokubheka, akubuyisele endaweni yakho efaneleyo. Nakuba ukuqala kwakho kwakungokuncane, nokho ikusasa lakho liyokhula kakhulu.
Dlulisela
Funda UJobe 8UJobe 8:5-7 IBHAYIBHELI ELINGCWELE (ZUL59)
khona, uma wena ufunisisa uNkulunkulu, unxuse kuye uSomandla, uma uhlambulukile, futhi ulungile, khona yena uyakuvuka ngenxa yakho, aphumelelise ikhaya lokulunga kwakho. Ukuqala kwakho sekuyakuba ngokuncane, nokugcina kwakho kube ngokukhulu kakhulu.
Dlulisela
Funda UJobe 8UJobe 8:5-7 Contemporary Zulu Bible 2024 (CZB24)
Uma ufuna ukufuna uNkulunkulu ngesikhathi futhi wenze ukunxusa kwakho kuSomandla; Uma uhlanzekile, uqotho; impela Wayezonivukela futhi aphumelelise indawo yokuhlala yokulunga kwenu. Noma ukuqala kwakho bekukuncane, nokho ukuphela kwakho kuyakwanda kakhulu.
Dlulisela
Funda UJobe 8