UJobe 7:17-19
UJobe 7:17-19 IsiZulu 2020 (ZUL20)
Uyini umuntu ukuba umenze abe mkhulu, nokuba ubeke inhliziyo yakho kuye, nokuba umhambele njalo ekuseni, umhlole imizuzu ngemizuzu na? Kuyoze kube nini ungawasusi amehlo akho kimi na? Ngiyeke ngize ngigwinye isikhwehlela sami.
Dlulisela
Funda UJobe 7UJobe 7:17-19 IBHAYIBHELI ELINGCWELE (ZUL59)
Uyini umuntu ukuba umkhulise, nokuba ubeke inhliziyo yakho kuye, nokuba umhambele ekuseni njalo, umhlole njalonjalo, na? Koze kube nini uyeka ukungibheka na? Ngiyeke, ngize ngiminze amathe ami.
Dlulisela
Funda UJobe 7UJobe 7:17-19 Contemporary Zulu Bible 2024 (CZB24)
Umuntu uyini ukuba umkhulise na? nokuthi uzobeka inhliziyo yakho kuye? Futhi ukuthi kufanele umvakashele njalo ekuseni futhi umvivinye umzuzu ngamunye? Koze kube nini ningasuki kimi, ningangivumeli ukuba ngime ngize ngigwinye amathe ami na?
Dlulisela
Funda UJobe 7