UJobe 18:1-4
UJobe 18:1-4 IsiZulu 2020 (ZUL20)
UBhilidadi umShuhi wayesethatha, ethi: “Uyokuyeka nini lokhu kukhuluma na? Ake ucabangisise, bese siyakhuluma. Kungani sithathwa njengezilwane, siyizithutha yini emehlweni akho na? Wena ozidwengulayo ngenxa yolaka lwakho, umhlaba uyoshiywa yini ngenxa yakho, nedwala lisuswe endaweni yalo emhlabeni na?
UJobe 18:1-4 IBHAYIBHELI ELINGCWELE (ZUL59)
Wayesethatha uBilidadi umShuhi, wathi: “Koze kube nini nibekela amazwi ami izingibe na? Qondani, andukuba sikhulume. Kungani ukuba sithiwe siyizilwane, singcolile emehlweni enu, na? Wena ozidwengula olakeni lwakho, umhlaba uyakushiywa ngenxa yakho, nedwala lisuswe endaweni yalo, na?
UJobe 18:1-4 Contemporary Zulu Bible 2024 (CZB24)
UBhilidadi umShuhi waphendula wathi: Kuyothatha isikhathi esingakanani ngaphambi kokuba uyeke ukukhuluma? maka, futhi emva kwalokho sizokhuluma. Kungani sithathwa njengezinkomo futhi sithathwe njengento embi emehlweni akho? Uziklebhula ngolaka lwakhe; umhlaba ungashiywa ngenxa yakho na? nedwala liyakususwa endaweni yalo na?