KumaHeberu 5:12-13
KumaHeberu 5:12-13 Baasraak Zulu New Testament Bible (ZULUNT)
Ngokuba nakuba benifanele ukuba ngabafundisi, kuze kube manje, nisadinga futhi ukuba kube khona onifundisa iziqalo zamazwi kaNkulunkulu; seniba njengabadinga ubisi, hhayi okokudla okuqinileyo. Ngokuba yilowo nalowo odla ubisi akahlakaniphile izwi lokulunga, ngokuba uyingane.
KumaHeberu 5:12-13 IsiZulu 2020 (ZUL20)
Lokhu benifanele ukuba nibe ngabafundisi, ukuba kuya ngesikhathi eninaso, niyadinga ukuba kube khona ozakunicathulisa, anifundise iziqalo zemfundiso yezwi likaNkulunkulu; nisadinga ubisi, hhayi ukudla okuqinileyo. Ngokuba lowo nalowo osaphuza ubisi akakakuqondi okwezwi lokulunga, ngokuba useyingane.
KumaHeberu 5:12-13 IBHAYIBHELI ELINGCWELE (ZUL59)
Ngokuba noma benifanele ukuba nibe ngabafundisi, uma kuya ngesikhathi, nisadinga futhi ukuba kube khona onifundisa iziqalo zezifundiso zamazwi kaNkulunkulu; senaba ngabadinga ubisi, kungesikho ukudla okuqinileyo. Ngokuba lowo odla ubisi akakaqondi lutho lwezwi lokulunga, ngokuba uyingane.
KumaHeberu 5:12-13 Contemporary Zulu Bible 2024 (CZB24)