KumaHeberu 4:9-11
KumaHeberu 4:9-11 Baasraak Zulu New Testament Bible (ZULUNT)
Ngakho-ke abantu bakaNkulunkulu basalelwe ukuphumula; Ngoba lowo ongene ekuphumuleni kwakhe, laye uphumula emisebenzini yakhe, njengoNkulunkulu kweyakhe. Ngakho-ke masikhuthalele ukungena kulokho kuphumula, funa kube khona owela esibonelweni esifanayo sokungakholwa.
KumaHeberu 4:9-11 IsiZulu 2020 (ZUL20)
Ngakho-ke likhona iSabatha kubantu bakaNkulunkulu. Ngokuba ongenile ekuphumuleni kwakhe yena uyaphumula emisebenzini yakhe njengalokhu uNkulunkulu aphumula kweyakhe. Ngakho-ke masikukhuthalele ukungena kulokho kuphumula, ukuze kungawi muntu ngenxa yokulandela isibonelo sokungalaleli.
KumaHeberu 4:9-11 IBHAYIBHELI ELINGCWELE (ZUL59)
Ngakho-ke kubasalele abantu bakaNkulunkulu ukuphumula kwesabatha. Ngokuba ongenile ekuphumuleni kwakhe yena uphumula emisebenzini yakhe njengoNkulunkulu kweyakhe. Ngakho-ke masikhuthalele ukungena kulokho kuphumula, ukuze kungawi muntu ngaleso siboniso sokungalaleli.
KumaHeberu 4:9-11 Contemporary Zulu Bible 2024 (CZB24)