KumaHeberu 2:14-15
KumaHeberu 2:14-15 Baasraak Zulu New Testament Bible (ZULUNT)
Ngakho lokhu abantwana bahlanganyela igazi lenyama, laye uqobo wahlanganyela khona lokho; ukuze ngokufa ambhubhise lowo owayenamandla okufa, okungukuthi, uSathane; futhi abakhulule labo ababeboshelwe ebugqilini ukuphila kwabo konke ngokwesaba ukufa.
KumaHeberu 2:14-15 IsiZulu 2020 (ZUL20)
Ngakho-ke njengalokhu abantwana bahlanganyela igazi nenyama, naye uqobo wahlanganyela khona lokho, ukuze ngokufa kwakhe ambhubhise onamandla phezu kokufa; uSathane, akhulule bonke okwathi ngokwesaba ukufa besaphila, baboshelwa ebugqileni.
KumaHeberu 2:14-15 IBHAYIBHELI ELINGCWELE (ZUL59)
Ngakho-ke njengokuba abantwana bahlanganyela igazi nenyama, naye uqobo wahlanganyela khona lokho, ukuze ngokufa amchithe obe nawo amandla okufa onguSathane, abakhulule bonke labo abathi ngokwesaba ukufa ekuhambeni kwabo konke babeboshelwe ebugqileni.
KumaHeberu 2:14-15 Contemporary Zulu Bible 2024 (CZB24)