KwabaseGalathiya 6:3-5
KwabaseGalathiya 6:3-5 Baasraak Zulu New Testament Bible (ZULUNT)
Ngokuba uma umuntu ezishaya utho, engelutho, uyazikhohlisa. Kodwa yilowo lalowo kahlole owakhe umsebenzi, yikhona ezakuba lokuzibonga yena yedwa, hatshi ngomunye. Ngokuba yilowo nalowo uyakuthwala owakhe umthwalo.
KwabaseGalathiya 6:3-5 IsiZulu 2020 (ZUL20)
Ngokuba uma kukhona ozishaya utho abe engelutho, uyazikhohlisa. Kepha makube yilowo nalowo ahlole owakhe umsebenzi, khona eyakuzincoma ngawo, angawuqhathanisi nowomunye. Ngokuba yilowo nalowo muntu uyakuthwala umthwalo wakhe.
KwabaseGalathiya 6:3-5 IBHAYIBHELI ELINGCWELE (ZUL59)
Ngokuba uma umuntu ezishaya utho, engelutho, uyazikhohlisa. Kepha makube yilowo nalowo ahlole owakhe umsebenzi, yikhona eyakuba nokubongwa ngokungokwakhe yedwa, kungengokomunye, ngokuba yilowo nalowo uyakuthwala owakhe umthwalo.
KwabaseGalathiya 6:3-5 Contemporary Zulu Bible 2024 (CZB24)