UHezekeli 36:23-24
UHezekeli 36:23-24 IsiZulu 2020 (ZUL20)
Ngiyakulingcwelisa igama lami elikhulu elihlanjalaziweyo ezizweni, enilihlambalazileyo kuzo, izizwe ziyakukwazi ukuthi nginguSimakade, lapho ngizibonakalisa ngani phambi kwazo ukuthi Mina ngingcwele,” ’ ” kusho iNkosi uSimakade. “ ‘ “Ngiyakunithatha ezizweni, nginiqoqe emazweni wonke, nginiyise ezweni lakini.
UHezekeli 36:23-24 IBHAYIBHELI ELINGCWELE (ZUL59)
Ngiyakulingcwelisa igama lami elikhulu elihlanjalaziwe phakathi kwezizwe, enilihlambalazile phakathi kwazo, izizwe zazi ukuthi nginguJehova, isho iNkosi uJehova, lapho ngiyakungcweliseka ngani emehlweni abo. “ ‘Ngiyakunithabatha ezizweni, nginibuthe emazweni onke, nginiyise ezweni lakini.

UHezekeli 36:23-24 Contemporary Zulu Bible 2024 (CZB24)
Ngiyakungcwelisa igama lami elikhulu elingcoliswe phakathi kwezizwe, enilingcolisile phakathi kwazo; izizwe ziyakwazi ukuthi nginguJehova,” usho uJehova, “lapho ngingcwelisiwe kini phambi kwamehlo azo. Ngoba ngiyakunikhipha phakathi kwezizwe, nginibuthe emazweni onke, nginilethe ezweni lakini.