U-Eksodusi 8:18-19
U-Eksodusi 8:18-19 IsiZulu 2020 (ZUL20)
Osomlingo ngemilingo yabo bazama ukuveza omiyane, kodwa kwanhlanga zimuka nomoya. Omiyane bahlasela abantu nezilwane. Osomlingo bathi kuFaro: “Lona ngumunwe kaNkulunkulu.” Kepha inhliziyo kaFaro yaba lukhuni, akafunanga ukubalalela njengalokhu ayeshilo uSimakade.
Dlulisela
Funda U-Eksodusi 8U-Eksodusi 8:18-19 IBHAYIBHELI ELINGCWELE (ZUL59)
Nezanusi zenze njalo ngemilingo yazo ukuba ziveze omiyane, kepha zahluleka. Omiyane babe khona kubantu nasezinkomeni. Zase zithi izanusi kuFaro: “Lokhu kungumunwe kaNkulunkulu.” Kepha inhliziyo kaFaro yaba lukhuni, kabalalelanga, njengalokho eshilo uJehova.
Dlulisela
Funda U-Eksodusi 8